My Male Bestie š¤š¤ ## Characters Skhumbuzo, Sthembiso, Ayanda , Amahle Sizwe , Enhle , Lwazi , Mihle , Sandile , Senzo Maphumu
My Male Bestieš¤š¤
Introduction
Ayanda Zwane
*Ngibuya eskolweni no bestie wami u Amahle sixoxa ngento okumele sizenze njengoba next year siya ku Matric*
Hlehle:so u think next year sizoya ku matric
Me:aybo hlehle ukushiso yini lokho awubhalanga kahle kuma exam
Hlehle: no I was just asking
Me:ayy ohk keh mawusho njalo kodwa nawe uyaz ukuthi sizohamba vele si bright phela thina
Hlehle:khona uqinisile lapho .......yaz ngizwe kuthiwa there's party that's gonna happen on Saturday
Me:uzwe ngoban wen and wen lama party mina ngeke ngikwaz ukuya nawe uyaz
Hlehle:awu mngane I'm begging uš¢š¢ please talk to ur dad
Me:oky fine
*Ayy siqhubeke ngohambo lwethu siye emakhaya mangifika ngithole ubaba ehleli phansi kwesihlahla somthunzi ngimbingelele ngenze endlini khiphe ama uniform ngidle ngiwashe bese ngikhuluma nobaba ngendaba ye party angivumele ukuthi ngihambe *
*Well igama ngu Ayanda wakwa Zwane ingane ka Lethokuhle Zwane unfortunately I don't know my birth parents banglahla wangithola keh ubaba emqomeni wangkhulisa ngine 17 ngihlala nobaba wami kuphela*
###
Skhumbuzo Ngcobo
*Nginama jida lana sihleli splana le party ezoyenzeka ksasa ngino Sizwe no Lwazi kube no Sthembiso iwele lami*
Sizwe:majida li sure ngale party sisesimeni esinje
Lwazi:ayyy kahle wen sizwe musa ukuba igwala ukuthi sifunwa u Ghost akuchazi ukuthi mele singa celebrate
Me and Sthe: uligwala lowo yehlisa umoya ededele umzimba
Lwazi: ayy nkosiyami sebeqalile ngokukhuluma ngeskhathi esisodwa
*Simbuke sihleke vele sebeyasazi ukuthi senza izinto ezfanayo noma skhulume into efanayo ngeskhathi esisodwa siqhuke sihlele*
*Igama seliyalazi keh u Skhumbuzo Raymond Ngcobo ngina 21 ngine wele uSthembiso Reynold kube nosisi wethu omncane u Enthle (17) sizalwa u Bheki Ngcobo no Sthabile Ngcobo ngi owner I construction company keh mina and silama gents singa ma gangster kanye naye u Ngcobo omkhulu*